Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 6:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwathi lapho uJoshuwa esekhulumile kubantu, abapristi abayisikhombisa bethwele amacilongo ayisikhombisa ejubili* phambi kukaJehova badlula, babetha amacilongo, umphongolo wesivumelwano sikaJehova wabalandela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Njengoba uJoshuwa ayebayalile abantu, abaphristi abayisikhombisa bephethe amacilongo ayisikhombisa ezimpondo zezinqama bahamba phambi kukaSimakade befutha amacilongo abo, nomphongolo wesivumelwano sikaSimakade ulandela ngemuva kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwathi uJoshuwa ekhuluma ebantwini, abapristi abayisikhombisa abathwele izimpondo zezinqama eziyisikhombisa bahamba phambi kukaJehova, babetha amacilongo, umphongolo wesivumelwano sikaJehova wabalandela.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 6:8
4 Referans Kwoze  

UMose wayesethi kubo: “Uma nenza lokhu, uma nihloma ukuba nihambe phambi kukaJehova, niphume impi,


Kubantu wathi: “Dlulani, niwuzungeze umuzi, abahlomileyo badlule phambi komphongolo kaJehova.”


Abahlomileyo bahamba phambi kwabapristi ababetha amacilongo, nesigaba sasemuva sawulandela umphongolo, bebetha amacilongo besahamba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite