Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 6:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wayesenza ukuba umphongolo kaJehova uzungeze umuzi, wawuhaqa kanye; base befika ekamu,* balala ubusuku ekamu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Umphongolo kaSimakade wazungeza umuzi, wawuzungeza kanye, base bebuyela enkanjini yabo, balala lobo busuku lapho babekanise khona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Umphongolo kaJehova wawuzungeza umuzi, waya khona kanye, bangena ekamu, balala ekamu.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 6:11
4 Referans Kwoze  

Niyakuhaqa umuzi, onke amadoda empi, niwuzungeze umuzi kanye. Uyakwenze njalo izinsuku eziyisithupha.


UJoshuwa wayala abantu, wathi: “Aniyikukhamuluka; ningalizwakalisi izwi lenu, kungaphumi gama emlonyeni wenu, kuze kufike usuku engiyakuthi ngalo kini: ‘Khamulukani!’ Bese nikhamuluka.”


UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, abapristi bathatha umphongolo kaJehova.


Ngosuku lwesibili bawuzungeza umuzi kanye, babuyela ekamu;* benze njalo izinsuku eziyisithupha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite