UJoshuwa 5:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Abantwana bawo abavusa esikhundleni sawo bona uJoshuwa wabasoka, ngokuba babengabangasokile, lokhu bengabasokanga endleleni. Gade chapit laIsiZulu 20207 Waphakamisa abantwana babo esikhundleni sabo, uJoshuwa wabasoka ngokuba babengasokwanga endleleni; Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20247 Abantwana babo abavuse esikhundleni sabo, basoka uJoshuwa, ngokuba babengabangasokile, ngokuba babengabasokanga endleleni. Gade chapit la |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, saze saphela isizwe sonke, yiwo amadoda empi aphuma eGibithe, lokhu engalalelanga izwi likaJehova, afunga kuwo uJehova ukuthi akayikuwabonisa izwe uJehova alifungela oyise ethi uyakusinika lona, izwe elivame ubisi nezinyosi.