Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 5:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nasi isizathu uJoshuwa abasoka ngaso: bonke abantu abaphuma eGibithe ababengabesilisa, onke amadoda empi, bafa ehlane ngasendleleni, sebephumile eGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kwakuyilesi isizathu sokuba uJoshuwa abasoke: bonke abesilisa kubantu abaphuma eGibhithe, nawo wonke amabutho, babefele endleleni ehlane emveni kokuphuma kwabo eGibhithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Nasi isizathu sokuba uJoshuwa abasoke: Bonke abantu abaphuma eGibhithe, abesilisa, yebo, wonke amadoda empi, bafela ehlane endleleni ngemva kokuphuma kwabo eGibhithe.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 5:4
8 Referans Kwoze  

Kepha iningi labo uNkulunkulu wayengathokozi ngabo; ngokuba bashaywa phansi ehlane.


“Kwathi onke amadoda empi esephelile afa phakathi kwabantu,


“Izinsuku esahamba ngazo sisuka eKadeshi Barineya saze sawela umfula iZeredi zaziyiminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili, kwaze kwaphela isizukulwane samadoda empi phakathi kwekamu,* njengalokho uJehova afunga kuwo.


lokhu bonke labo bantu ababone inkazimulo yami nezibonakaliso zami engazenza eGibithe nasehlane bengilingile kayishumi, abalalela izwi lami,


UJoshuwa wazenzela omese bensengetsha, wabasika abantwana bakwa-Israyeli eDulini Lamajwabu.


Ngokuba bonke abantu abaphuma babesokiwe, kepha bonke abantu abazalwa ehlane ngasendleleni ekuphumeni kwabo eGibithe babengabasokanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite