Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 5:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Badla ezithelweni zezwe ngolwangakusasa emva kwephasika, amaqebelengwane angenamvubelo notshwele ngalona lolo suku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngosuku olulandela umkhosi wePhasika, nangalo lolo lusuku, badla umkhiqizo weKhanani, isinkwa esingenamvubelo nokusanhlamvu okugazingiwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Badla ngosuku olulandelayo emva kwephasika ukolweni wezwe, amaqebelengwane angenamvubelo nokolweni okuthosiwe ngalolo suku.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 5:11
7 Referans Kwoze  

Aniyikudla isinkwa notshwele nezikhwebu ezintsha, kuze kufike lolo suku, ningakalethi umnikelo kaNkulunkulu wenu; kuyisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu ezindlini zenu zonke.


Ngosuku lweshumi nanhlanu lwaleyo nyanga kungumkhosi wesinkwa esingenamvubelo kuJehova; niyakudla isinkwa esingenamvubelo izinsuku eziyisikhombisa.


kuyakuthi, lapho nidla isinkwa sezwe, ninikele ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova.


Abantwana bakwa-Israyeli bamisa eGiligali, bagcina iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga ngakusihlwa emathafeni aseJeriko.


Imana* lanqamuka ngangomuso, nxa sebedla ezithelweni zezwe; abakwa-Israyeli ababe besaba nemana futhi, kepha base bedla ezithelweni zezwe laseKhanani ngalowo mnyaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite