Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 4:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UJoshuwa wayesebiza lawo madoda ayishumi nambili ayewakhethile kubantwana bakwa-Israyeli, indoda inye ngesizwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 UJoshuwa wayesebiza lawo madoda ali-12 ayeqokwe phakathi kwabantu bakwa-Israyeli, indoda eyodwa isizwe ngesizwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UJoshuwa wayesebiza amadoda ayishumi nambili ayewalungisile kubantwana bakwa-Israyeli, indoda eyodwa esizweni.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 4:4
5 Referans Kwoze  

“Zithatheleni amadoda ayishumi nambili, indoda ibenye ngesizwe,


niwayale nithi: ‘Zikhipheleni lapha phakathi kweJordani, endaweni lapho izinyawo zabapristi zazimi khona ziqinile, amatshe ayishumi nambili, niwele nawo, niwabeke endaweni eniyakulala kuyo ebusuku.’ ”


UJoshuwa wathi kuwo: “Welani phambi komphongolo kaJehova uNkulunkulu wenu, niye phakathi kweJordani, netshathe, kube yilowo nalowo itshe ehlombe lakhe njengokomumo wezizwe zabantwana bakwa-Israyeli


Ngalokho zithatheleni manje amadoda ayishumi nambili ezizweni zakwa-Israyeli, indoda ibenye ngesizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite