Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 4:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu wawamisa amanzi aseJordani phambi kwenu, naze nawela, njengalokho uJehova uNkulunkulu wenu wenza eLwandle Olubomvu, alomisa phambi kwethu, saze sawela,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 ngokuba uSimakade uNkulunkulu wenu wayewomisile amanzi eJordani phambi kwethu saze sawela sonke, njengalokhu ayenzile kulo uLwandle Lomhlanga alomisa phambi kwethu saze sawela sonke,’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu womisa amanzi aseJordani phambi kwenu, naze nawela, njengalokho uJehova uNkulunkulu wenu enza ngoLwandle Olukuyo owalomisa phambi kwethu, saze sawela.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 4:23
8 Referans Kwoze  

UMose wayeselula isandla sakhe phezu kolwandle; uJehova wamukisa amanzi ngomoya onamandla wasempumalanga ubusuku bonke, waphendula ulwandle lwaba ngumhlabathi owomileyo, amanzi ahlukana.


Usho kanje uJehova owenza indlela elwandle, nomkhondo emanzini anamandla,


Wahlukanisa ulwandle, wabawelisa; wamisa amanzi njengodonga.


Wahlukanisa ulwandle phambi kwabo, badabula phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo; nababaxoshayo wabaphonsa otweni njengetshe emanzini anamandla.


mawuzwe wena ezulwini, indawo yakho yokuhlala, wenze njengakho konke lo wezizwe akhala ngakho kuwe, ukuze bonke abantu bomhlaba bazi igama lakho, bakwesabe wena njengabantu bakho u-Israyeli nokuze bazi ukuthi le ndlu engiyakhileyo ibiziwe ngegama lakho.


Ngokuba amahhashi kaFaro angena elwandle kanye nezinqola zakhe nabamahhashi bakhe, uJehova wabuyisela amanzi olwandle phezu kwabo; kepha abantwana bakwa-Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo ngaphakathi kolwandle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite