Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 4:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Abapristi abathwala umphongolo babemi phakathi neJordani, kwaze kwaphelela konke uJehova amyale ngakho uJoshuwa ukuba akukhulume kubantu njengakho konke uMose abemyale ngakho uJoshuwa; abantu bashesha bawela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Abaphristi ababethwele umphongolo bama phakathi eJordani, kwaze kwaphela konke lokho uSimakade ayeyale uJoshuwa ukuba akusho kubantu, njengakho konke uMose ayemyale ngakho uJoshuwa. Abantu bawela ngokushesha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Abapristi abathwala umphongolo bema phakathi neJordani, kwaze kwaqedwa konke uJehova amyale ngakho uJoshuwa ukuba akukhulume kubantu, njengalokho uMose emyalile uJoshuwa; futhi abantu ngokushesha badlula.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 4:10
14 Referans Kwoze  

Kuyakuthi lapho amathe ezinyawo zabapristi abathwala umphongolo kaJehova, iNkosi yomhlaba wonke, eyakuma emanzini aseJordani, amanzi aseJordani anqamuke, amanzi avela ngenhla, eme nqwabanye.”


ngokuba uthi: “Ngesikhathi esihle ngikuzwile, nangosuku lwensindiso ngakuhlangulisa;” bheka, manje kuyisikhathi esihle kakhulu; bheka, manje kulusuku lwensindiso; –


Ngalokho ithi iNkosi uJehova: “Bheka, ngibeka eSiyoni itshe lesisekelo, itshe elivivinyekileyo, itshe legumbi elinqabileyo lesisekelo esiyiso; okholwayo kayikubaleka.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Ungazigabisi ngolwakusasa, ngokuba awukwazi okungavela ngosuku.


Ngiyashesha, angilibali ukugcina imiyalo yakho.


UMose waloba lowo mthetho, wabanika wona abapristi, amadodana kaLevi, ababethwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova namalunga onke akwa-Israyeli.


Ngenhlama abaphuma nayo eGibithe benza amaqebelengwane angenamvubelo, ngokuba yayingavutshelwe, lokhu baxoshwa eGibithe bengenakulibala, futhi bengazilungiselanga mphako.


UJoshuwa wamisa amatshe ayishumi nambili phakathi neJordani, endaweni lapho izinyawo zabapristi abathwala umphongolo zazimi khona; akhona kuze kube namuhla.


Kwathi lapho bonke abantu sebewelile baphelela, umphongolo kaJehova wawela kanye nabapristi emehlweni abantu.


“ ‘Nase niwela iJordani, nafika eJeriko; amadoda aseJeriko alwa nani, nama-Amori, namaPherizi, namaKhanani, namaHeti, namaGirigashi, namaHivi, namaJebusi, ngawanikela esandleni senu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite