Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 3:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJoshuwa wathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Sondelani lapha, nizwe amazwi kaJehova uNkulunkulu wenu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 UJoshuwa wayesethi kubantu bakwa-Israyeli: “Sondelani nizwe amazwi kaSimakade uNkulunkulu wenu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJoshuwa wayesethi kubantwana bakwa-Israyeli: “Wozani lapha nizwe amazwi kaJehova uNkulunkulu wenu.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 3:9
4 Referans Kwoze  

“Manje-ke, Israyeli, yizwa izimiso nezahlulelo enginifundisa zona ukuba nizenze, nize niphile, ningene nilidle izwe uJehova uNkulunkulu wawoyihlo aninika lona.


“Aniyikwenza njengezinto zonke esizenzayo lapha namuhla, kube yilowo nalowo njengokulungile emehlweni akhe,


Wobayala abapristi abathwala umphongolo wesivumelwano, uthi: ‘Nxa senifikile onqenqemeni lwamanzi aseJordani, niyakuma ngaseJordani.’ ”


Wathi uJoshuwa: “Niyakwazi ngalokhu ukuthi uNkulunkulu ophilayo uphakathi kwenu nokuthi uyakuxosha nokuxosha phambi kwenu amaKhanani, namaHeti, namaHivi, namaPherizi, namaGirigashi, nama-Amori, namaJebusi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite