Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 3:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngalokho zithatheleni manje amadoda ayishumi nambili ezizweni zakwa-Israyeli, indoda ibenye ngesizwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ngakho-ke khethani amadoda ali-12 kuzo zonke izizwana zakwa-Israyeli, abe munye kuleso naleso sizwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Zithatheleni manje amadoda ayishumi nambili ezizweni zakwa-Israyeli, indoda eyodwa esizweni.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 3:12
5 Referans Kwoze  

“Zithatheleni amadoda ayishumi nambili, indoda ibenye ngesizwe,


UJoshuwa wamisa amatshe ayishumi nambili phakathi neJordani, endaweni lapho izinyawo zabapristi abathwala umphongolo zazimi khona; akhona kuze kube namuhla.


UJoshuwa wayesebiza lawo madoda ayishumi nambili ayewakhethile kubantwana bakwa-Israyeli, indoda inye ngesizwe.


Kuyakuthi lapho amathe ezinyawo zabapristi abathwala umphongolo kaJehova, iNkosi yomhlaba wonke, eyakuma emanzini aseJordani, amanzi aseJordani anqamuke, amanzi avela ngenhla, eme nqwabanye.”


“Thuma wena abantu ukuba bahlole izwe laseKhanani engibanika lona abantwana bakwa-Israyeli; uthume umuntu waleso naleso sizwe sawoyise, kube yilowo nalowo abe yinduna phakathi kwabo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite