Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 24:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “ ‘Nganingenisa ezweni lama-Amori ahlala ngaphesheya kweJordani, alwa nani; ngawanikela esandleni senu, nadla izwe lawo; ngawachitha phambi kwenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 “ ‘Nganingenisa ezweni lama-Amori ahlala phesheya kweJordani, alwa nani; ngawanikela esandleni senu, nalidla izwe lawo; ngawabhubhisa phambi kwenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Nganingenisa ezweni lama-Amori ahlala ngaphesheya kweJordani; futhi balwa nawe; ngiwanikele esandleni senu, ukuze lidle ilifa lelizwe lawo; ngabachitha phambi kwakho.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 24:8
10 Referans Kwoze  

“Wabanika imibuso nezizwe owababela khona izindawo ngezindawo; badla izwe likaSihoni, izwe lenkosi yaseHeshiboni, nezwe lika-Ogi inkosi yaseBashani.


nayo yonke imizi kaSihoni inkosi yama-Amori owabusa eHeshiboni, kuze kube semkhawulweni wabantwana bakwa-Amoni,


“USihoni waphuma wasihlasela, yena nabo bonke abantu bakhe, ukuzokulwa eJahasi.


Ngokuba ingelosi yami izakuhamba phambi kwakho, ikuyise kuwo ama-Amori, namaHeti, namaPherizi, namaKhanani, namaHivi, namaJebusi. Ngiyakubachitha.


“Nokho mina ngachitha ama-Amori ebusweni babo, akuphakama kwawo kwakunjengokuphakama kwemisedari,* ayenamandla njengama-oki;* kepha ngachitha nokho izithelo zawo phezulu nezimpande zawo phansi.


“Futhi mina nganikhuphula ezweni laseGibithe, nganihambisa iminyaka engamashumi amane ehlane ukuba nidle ifa lezwe lama-Amori.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite