Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 24:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngamupha u-Isaka oJakobe no-Esawu; ngamnika u-Esawu intaba yaseSeyiri ukuba ayidle; uJakobe nabantwana bakhe behlela eGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 U-Isaka ngamnika uJakobe no-Esawu. Ngamnika u-Esawu elezintaba kuze kube seSeyiri ukuba alidle libe yifa lakhe, kodwa uJakobe nabantwana bakhe behlela eGibhithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngamnika u-Isaka oJakobe no-Esawu; ngamnika u-Esawu intaba yaseSeyiri ukuba ayidle; kepha uJakobe kanye nabantwana bakhe behlela eGibithe.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 24:4
9 Referans Kwoze  

ningalwi nabo, ngokuba angiyikuninika izwe labo, ngisho nendawo yamathe onyawo, lokhu ngimnikile u-Esawu intaba yaseSeyiri ibe yifa lakhe.


U-Esawu wahlala entabeni yaseSeyiri; u-Esawu ungu-Edomi.


UJakobe wehlela eGibithe; wafa yena nawobaba.


U-Israyeli wayesefika eGibithe, uJakobe wagogobala ezweni likaHamu.


UJakobe wathuma izithunywa phambi kwakhe ku-Esawu umfowabo ezweni laseSeyiri, izwe lakwa-Edomi.


Bheka, abantwana bayifa elivela kuJehova, isithelo sesisu singumvuzo.


Lezi ziyizizukulwane zika-Esawu uyise wabakwa-Edomi entabeni yaseSeyiri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite