UJoshuwa 23:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kwathi emva kwezinsuku eziningi, lapho uJehova esephumuzile u-Israyeli ezitheni zabo zonke nxazonke, uJoshuwa esemdala eneminyaka eminingi, Gade chapit laIsiZulu 20201 Sekwedlule izinsuku eziningi, uSimakade esenike u-Israyeli ukuthula ezitheni zakhe nxazonke, noJoshuwa esemdala, iminyaka isihambile, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20241 Kwasekusithi emva kwesikhathi eside uJehova esephumuze uIsrayeli kuzo zonke izitha zabo, uJoshuwa waluphala wacindezelwa. Gade chapit la |
Nampa abantwana bakwa-Israyeli ngomumo wabo, izinhloko zawoyise, nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nezinduna zabo ezazikhonza inkosi kukho konke okwezigaba, ezazingena, ziphuma inyanga ngenyanga ezinyangeni zonke zomnyaka; kuleso naleso sigaba zazikhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.