Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abelwa esizweni sabantwana bakwaJuda nasesizweni sabantwana bakwaSimeyoni lemizi eshiwo lapha ngamagama

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Esizwaneni sabozalo lukaJuda nabolukaSimeyoni abaLevi bathola le mizi elandelayo ebizwe ngamagama,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Esizweni sabantwana bakwaJuda nasesizweni sabantwana bakwaSimeyoni babanika le mizi ebizwa ngegama lapha,

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:9
7 Referans Kwoze  

Banika ngenkatho leyo mizi ebizwe ngamagama esizweni sabantwana bakwaJuda, nasesizweni sabantwana bakwaSimeyoni, nasesizweni sabantwana bakwaBenjamini.


Abantwana bakwa-Israyeli bawanika amaLevi ngenkatho leyo mizi kanye namadlelo ayo, njengalokho uJehova ebeyalile ngesandla sikaMose.


yaba ngeyabantwana bakwa-Aroni bemindeni yamaKohati ayengamaLevi; ngokuba inkatho yokuqala yaba ngeyabo.


Phansi kwakhe kwakungo-Edene, noMiniyamini, noJeshuwa, noShemaya, no-Amariya, noShekaniya emizini yabapristi ezikhundleni zabo ukuba babele abafowabo ngezigaba zabo abakhulu njengabancane,


Inkatho yadla imindeni yamaKohati; abantwana bakwa-Aroni umpristi ababe ngamaLevi babelwa esizweni sakwaJuda, nasesizweni sakwaSimeyoni, nasesizweni sakwaBenjamini imizi eyishumi nantathu.


futhi umfowabo u-Asafa owayemi ngakwesokunene sakhe, u-Asafa kaBerekiya kaShimeya


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite