Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kuyo inxenye yesizwe sakwaManase: iThahanaki namadlelo alo, neGati Rimoni namadlelo alo, imizi mibili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Engxenyeni yesizwana sakwaManase bathola: iThanakhi namadlelo alo, neGathi Rimoni namadlelo alo, imizi emibili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Esiqingatheni sesizwe sakwaManase: iThanaki nedlelo layo, neGati-rimoni nedlelo layo; imizi emibili.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:25
6 Referans Kwoze  

“Amakhosi afika alwa, alwa amakhosi aseKhanani eThahanaki ngasemanzini aseMegido; awathathanga nzuzo yamali.


Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase wabelwa iBeti Sheyani kanye nemizana yalo, neJibileyamu kanye nemizana yalo, nabakhileyo eDori kanye nemizana yalo, nabakhileyo e-Eni Dori kanye nemizana yalo, nabakhileyo eThahanaki kanye nemizana yalo, nabakhileyo eMegido kanye nemizana yalo eyizimpakama ezintathu.


neJehudi, neBene Beraki, neGati Rimoni,


ne-Ajaloni namadlelo alo, neGati Rimoni namadlelo alo, imizi mine.


Yonke imizi yemindeni yabantwana abaseleyo bamaKohati yayiyishumi namadlelo ayo.


inkosi yase Thahanaki: inye; inkosi yaseMegido: inye;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite