Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha amasimu omuzi nemizana yawo bamnika khona uKalebi indodana kaJefune kube yifa lakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kodwa amasimu omuzi nemizana yawo bakunika uKhalebhu indodana kaJefune kwaba yifa lakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kodwa insimu yomuzi nemizana yawo bakunika uKalebi indodana kaJefune kube yifa lakhe.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:12
6 Referans Kwoze  

Owesizwe sakwaJuda: uKalebi indodana kaJefune.


Bawanika umuzi ka-Araba owayenguyise ka-Anaki, oyiHebroni, ezintabeni zakwaJuda, kanye namadlelo awo nxa zonke zawo.


Abantwana bakwa-Aroni, umpristi, babanika iHebroni kanye namadlelo alo, umuzi wokuphephela wombulali, neLibina kanye namadlelo alo,


Sangenela ngaseningizimu yamaKhereti, nakwelakwaJuda, naseningizimu kaKalebi, salishisa iSikilagi ngomlilo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite