Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 20:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uyakuhlala kulowo muzi aze eme phambi kwenhlangano ukuba kuthethwe icala, kuze kufe umpristi omkhulu okhona ngalezo zinsuku, andukuba umbulali abuye, afike kowakhe umuzi, nakweyakhe indlu, yebo, kulowo muzi abaleka kuwo.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Umbulali uyohlala kulowo muzi kuze kuthethwe icala lakhe ebandla, kuze kufe umphristi omkhulu wangaleso sikhathi, ngaphambi kokuba umbulali abuyele ekhaya, emzini ayebaleke kuwo.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kumelwe ahlale kulowo muzi aze ame phambi kwenhlangano ukuze ahlulelwe futhi kuze kube sekufeni kompristi ophakeme oyoba khona ngalezo zinsuku, eya emzini abalekela kuwo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 20:6
3 Referans Kwoze  

Iyakuba yimizi yenu yokuphepha kumphindiseli, ukuze umbulali angafi engakemi phambi kwenhlangano, ahlulelwe.


uma kwakunjalo wayemelwe ukuhlupheka kaningi selokhu kwasekelwa izwe; kodwa kalokhu ubonakalisiwe kanye ekupheleni kwezikhathi ukuba asuse izono ngokuzinikela kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite