Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 20:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ukuba umbulali obulala umuntu ngesiphosiso kungengamabomu abalekele khona, yona ibe yisiphephelo kumphindiseli wegazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 ukuze lowo obulala umuntu ngephutha engahlosile abalekele kuyo; iyokuba kini yindawo yokuphephela kumphindiseli wegazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ukuze umbulali obulala umuntu engazi nangokungazi abalekele khona; ziyakuba yisiphephelo senu kumphindiseli wegazi.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 20:3
8 Referans Kwoze  

“Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Uma umuntu ona kungengamabomu kuyo imiyalo uJehova ayale ngayo ukuthi akunakwenziwa akwenze noma yikuphi,


Iyakuba yimizi yenu yokuphepha kumphindiseli, ukuze umbulali angafi engakemi phambi kwenhlangano, ahlulelwe.


“Khuluma kubantwana bakwa-Israyeli ngokuthi: ‘Zimiseleni imizi yokuphephela engakhuluma ngayo kini ngesandla sikaMose


“ ‘Obalekelayo komunye waleyo mizi uyakuma ngasesikhaleni sesango lomuzi, akhulume indaba yakhe ezindlebeni zamalunga alowo muzi, angene naye emzini, amuphe indawo ukuba ahlale phakathi kwabo.


Umphindiseli wegazi uyakumbulala umbulali uqobo lwakhe; lapho ehlangana naye, uyakumbulala.


“ ‘Kepha uma emgqula engazelele kungengabutha, noma emphonsa ngento engamqamekelanga,


Wayesethi yena: “Inkosi ake ikhumbule uJehova uNkulunkulu wayo ukuba umphindiseli wegazi angaqhubeki ukuchitha nokuba bangayibulali indodana yami.” Yathi: “Kuphila kukaJehova, akuyikuwela phansi nolulodwa unwele lwendodana yakho.”


ukuze ngezinto ezimbili ezingeguquleke, uNkulunkulu angeqambe amanga ngazo, sibe nenduduzo enamandla thina esibalekele ekulibambeni ithemba esilimiselweyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite