Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 2:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ayesebuya lawo madoda omabili, ehla entabeni, awela, afika kuJoshuwa indodana kaNuni, amtshela konke okuwehleleyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Lawo madoda amabili ehla kwelezintaba, awela afika kuJoshuwa, indodana kaNuni, amtshela konke okuwehleleyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Amadoda amabili ayesebuya, ehla entabeni, awela, afika kuJoshuwa, indodana kaNuni, amtshela konke okwawehlele.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 2:23
4 Referans Kwoze  

Asuka aya entabeni, ahlala khona izinsuku ezintathu, baze babuya abawaxoshayo; abaxoshayo babewafuna indlela yonke, abaze bawafumana.


Athi kuJoshuwa: “UJehova unikile ezandleni zethu izwe lonke; bonke abakhileyo ezweni baphela amandla phambi kwethu.”


Bathi: “Sukani, senyukele kubo, ngokuba silibonile izwe; bhekani, lihle kakhulu; niyathula yini? Ningenqeni ukuhamba, ningene ukuba nilidle izwe.


Nxa nihamba, niyakufika kubantu abalondekileyo, izwe libanzi, ngokuba uNkulunkulu ulinikele esandleni senu, indawo lapho kungekho khona ukuswela lutho olusemhlabeni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite