Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 2:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Wathi: “Makube njengamazwi enu.” Wayesewamukisa ahamba; wabopha intambo ebomvu efasiteleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Wathi: “Makube njengoba nisho.” Wayesewakhulula aqhubeka nohambo lwawo. Yena wabophela intambo ebomvu efasiteleni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Wathi: “Kunjengokusho kwakho.” Wasezimukisa, zahamba; wayesebophela umucu obomvu efasiteleni.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 2:21
6 Referans Kwoze  

Wathi unina ezincekwini: “Nayikuphi akusho kini anokwenza.”


“Ngalokho yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, awenze, uyakufaniswa nendoda ehlakaniphileyo eyakha indlu yayo phezu kwedwala.


uma ekufikeni kwethu ezweni ungabophi le ntambo ebomvu efasiteleni osehlise ngalo, uzibuthele endlini yakho uyihlo, nonyoko, nabafowenu, nabendlu bonke bakayihlo.


Kepha uma uveza obala le ndaba yethu, asiyikuba nacala ngesifungo sakho osifungise sona.”


Asuka aya entabeni, ahlala khona izinsuku ezintathu, baze babuya abawaxoshayo; abaxoshayo babewafuna indlela yonke, abaze bawafumana.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka, benze njalo; njengalokho uJehova ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite