Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 2:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wathi kuwo: “Khuphukelani entabeni, funa abanixoshayo banifice, nicashe khona izinsuku ezintathu, ukuze abanixoshayo babuye, andukuba nihambe indlela yenu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Wathi kuwo: “Hambani nilibhekise kwelezintaba, ukuze abanixoshayo banganitholi. Cashani lapho izinsuku ezintathu baze babuye abanixoshayo, bese niqhubeka nohambo lwenu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wathi kubo: “Hambani niye entabeni, funa bahlangane nani abanizingelayo; nicashe khona izinsuku ezintathu, baze babuye abawaxoshayo; emva kwalokho ungahamba.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 2:16
6 Referans Kwoze  

Kanjalo-ke noRahabi isifebe wayengalungisiswa ngemisebenzi yini, ezamukele izithunywa eziphumisa ngenye indlela na?


UDavide wahlala ehlane ezinqabeni, wahlala ezintabeni ezisehlane laseZifi. USawule wamfuna zonke izinsuku, kepha uNkulunkulu akamnikelanga esandleni sakhe.


Ngiyaphephela kuJehova; nisho kanjani kuwo umphefumulo wami ukuthi: “Balekela entabeni yenu njengenyoni, na?


UDavide wakhuphuka lapho, wahlala ezinqabeni zase-Eni Gedi.


Asuka aya entabeni, ahlala khona izinsuku ezintathu, baze babuya abawaxoshayo; abaxoshayo babewafuna indlela yonke, abaze bawafumana.


Wayesewehlisa ngentambo ngasefasiteleni, ngokuba indlu yakhe yayingasogangeni lomuzi, wahlala ngasogangeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite