Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 ne-Alameleki, ne-Amadi, neMishali; wafinyelela eKarmeli ngasentshonalanga, naseShihori Libinati;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 i-Alamelekhi, i-Amadi, neMishali; ngasentshonalanga uze ufinyelele eKharimeli naseShihori Libhinathi;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 ne-Alamelegi, ne-Amadi, neMishali; wafinyelela eKarmeli ngasentshonalanga naseSihori-libinati;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:26
15 Referans Kwoze  

Izwe liyalila, lidangele; iLebanoni linamahloni, liyabuna; iSharoni linjengehlane, iBashani neKarmeli kuyavuthulukisa.


Ikhanda lakho kuwe linjengeKarmeli, nomyeko wekhanda lakho unjengokububende; kuboshiwe inkosi ngesiyendane.


Wayesekhuphuka u-Ahabi ukuba adle, aphuze. U-Eliya wakhuphukela esiqongweni saseKarmeli, wakhothamela phansi, wabeka ubuso bakhe phakathi kwamadolo akhe.


U-Ahabi wayesethumela kubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, wabutha abaprofethi entabeni yaseKarmeli.


“Kuphila kwami,” isho iNkosi egama layo linguJehova Sebawoti, “impela njengeThabori phakathi kwezintaba, nanjengeKarmeli ngaselwandle, kanjalo uyakufika.


Ngesandla sezinceku zakho uyijivazile iNkosi, wathi: ‘Ngobuningi bezinqola zami ngenyuke mina phezulu ezintabeni ngaphakathi kweLebanoni; ngigawula imisedari* yalo emide nemisayipuresi* yalo ekhethekileyo ngangena ekuphakameni kwalo kokugcina nasehlathini lalo eliminyeneyo.


Luyakukhahlela kahle, luthokoze, yebo, luthokoze, luhube; luyakuphiwa udumo lweLebanoni, nobukhosi beKarmeli nobeSharoni, lubone inkazimulo kaJehova, nobukhosi bukaNkulunkulu wethu.


nasesizweni sakwa-Asheri iMashali namadlelo alo, ne-Abidoni namadlelo alo,


USamuweli wavuka kusasa ukuba amhlangabeze uSawule ekuseni; kwabikwa kuSamuweli ukuthi: “USawule wafika eKarmeli; bheka, wazimisela insika, wasuka, wadlula, wehla waya eGiligali.”


Esizweni sakwa-Asheri: iMishali namadlelo alo, ne-Abidoni namadlelo alo,


Umkhawulo wabo wawuyiHelikati, neHali, neBetheni, ne-Akishafu,


wajika ngasempumalanga, waya eBeti Dagoni, wafinyelela kwaZebuloni nasesigodini saseJifitayeli ngasenyakatho ukuya eBeti Emeki naseNeyiyeli, waphumela eKabuli ngakwesokhohlo;


Ngalokho thumela ubuthe kimi u-Israyeli wonke entabeni yaseKarmeli, nabaprofethi bakaBali abangamakhulu amane namashumi ayisihlanu, nabaprofethi baka-Ashera* abangamakhulu amane abadla etafuleni lika-Izebeli.”


IMahoni, neKarmeli, neZifi, neJutha,


Wasuka khona, waya entabeni yaseKarmeli; esuka lapho wabuyela eSamariya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite