Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 wajika wasuka eSaridi ngasempumalanga, lapho kuphuma khona ilanga, kuze kube semkhawulweni waseKisiloti Thabori, waphuma waya eDaberati, wenyukela eJafiya;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 ujike eSaridi, ubheke ngasempumalanga lapho kuphuma khona ilanga, uze uyofika emngceleni eKhisilothi Thabhori, usuke lapho ubheke eDabherathi, bese wenyukela eJafiya;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 waphenduka eSaridi ngasempumalanga, ngasekuphumeni kwelanga, waya emngceleni weKisilothabori, waphuma waya eDaberati, wenyukela eJafiya;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:12
8 Referans Kwoze  

Inyakatho neningizimu wakudala wena; iThabori neHermoni kuyajabula egameni lakho.


nasesizweni sakwa-Isakare iKedeshi namadlelo alo, neDaberati namadlelo alo,


Bamtshela uSisera ukuthi uBaraki indodana ka-Abinohama ukhuphukele entabeni yaseThabori.


Wathuma wabiza uBaraki indodana ka-Abinohama waseKedeshi Nafetali, wathi kuye: “UJehova uNkulunkulu ka-Israyeli akayalanga yini ngokuthi: ‘Hamba usondele entabeni yaseThabori, uye nabantu abayizinkulungwane eziyishumi babantwana bakwaNafetali nabantwana bakwaZebuloni, na?


Esizweni sakwa-Isakare: iKishiyoni namadlelo alo, neDaberati namadlelo alo,


umkhawulo wafinyelela eThabori, naseShahasuma, naseBeti Shemeshi; ukuphuma komkhawulo wabo kwakuseJordani, imizi iyishumi nesithupha nemizana yayo.


umkhawulo wabo wenyukela ngasentshonalanga kuze kube seMarala, wafinyelela naseDabesheti, wafinyelela nasemfuleni ongasempumalanga kwaseJokineyamu,


kusukela lapho wadlula waya ngasempumalanga eGati Heferi, nase-Eti Kasini, waphuma waya eRimoni elifika naseNeya;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite