Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Inkatho yesibili yadla uSimeyoni, isizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngemindeni yabo; ifa labo laliphakathi kwefa labantwana bakwaJuda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Unkatho lwesibili lwadla uSimeyoni. Isizwana sabozalo lukaSimeyoni ngemindeni yaso ifa laso laliphakathi kwefa labozalo lukaJuda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Inkatho yesibili yadla uSimeyoni, isizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngezizukulwane zabo; ifa labo laliphakathi kwefa labantwana bakwaJuda.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:1
10 Referans Kwoze  

Ifa labantwana bakwaSimeyoni lavela esabelweni sabantwana bakwaJuda, ngokuba isabelo sabantwana bakwaJuda sasisikhulu kubo; ngalokho abantwana bakwaSimeyoni babenefa phakathi kwefa labo.


neSela, ne-Elefi, neJebusi eliyiJerusalema, neGibeya, neKiriyati, imizi iyishumi nane nemizana yayo. Lokho kwakuyifa labantwana bakwaBenjamini ngemindeni yabo.


Ifa labo laliyiBeri Sheba, neSheba, neMolada,


“Ngasemkhawulweni wakwaBenjamini, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uSimeyoni uyakuba nesabelo.


Amadodana kaLeya ayenguRubeni, izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni.


Imizi esekupheleni kwesizwe sabantwana bakwaJuda ngasemkhawulweni wakwa-Edomi ngaseningizimu yayiyiKabiseyeli, ne-Edere, neJaguri,


Bahlala eBeri Sheba, naseMolada, naseHasari Shuwali,


esizweni sakwaSimeyoni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaLevi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwa-Isakare abayizinkulungwane eziyishumi nambili,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite