Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 17:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kodwa abantwana bakwaManase babengenakunqoba leyo mizi; kepha amaKhanani ayethanda ukuhlala kulelo zwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Nokho abozalo lukaManase abakwazanga ukuyinqoba leyo mizi ibe yifa labo; amaKhanani aqhubeka nokuhlala kulelo lizwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kepha abantwana bakwaManase babengenakuxosha abakhileyo kuleyo mizi; kepha amaKhanani athanda ukuhlala kulelo zwe.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 17:12
7 Referans Kwoze  

Kodwa abawaxoshanga amaKhanani ahlala eGezeri, kepha amaKhanani ahlala phakathi kuka-Efrayimi kuze kube namuhla, aba yizinceku zokusebenza.


AmaJebusi ayakhe eJerusalema abantwana bakwaJuda babengenakuwaxosha, kepha amaJebusi ahlala nabantwana bakwaJuda eJerusalema kuze kube namuhla.


abantwana babo abasala ezweni emva kwabo, abantwana bakwa-Israyeli ababengenamandla okubaqeda, kubona uSolomoni wabiza izisebenzi eziyizigqila kuze kube namuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite