UJoshuwa 17:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 okwaseningizimu kwakungokuka-Efrayimi, okwasenyakatho kwakungokukaManase, ulwandle lwalungumkhawulo wakhe; bafinyelela kwa-Asheri ngasenyakatho nakwa-Isakare ngasempumalanga. Gade chapit laIsiZulu 202010 Ngaseningizimu ngelika-Efrayimi, elingasenyakatho kwaManase, umngcele walo kungulwandle. Ngasenyakatho ufinyelela e-Asheri, kuthi ngasempumalanga ufinyelele e-Isakhare. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202410 Ngaseningizimu laphuma kwa-Efrayimi, ngasenyakatho lalingelikaManase, ulwandle lwaba umkhawulo walo; babuthana kwa-Asheri ngasenyakatho nakwa-Isakare ngasempumalanga. Gade chapit la |
Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase wabelwa iBeti Sheyani kanye nemizana yalo, neJibileyamu kanye nemizana yalo, nabakhileyo eDori kanye nemizana yalo, nabakhileyo e-Eni Dori kanye nemizana yalo, nabakhileyo eThahanaki kanye nemizana yalo, nabakhileyo eMegido kanye nemizana yalo eyizimpakama ezintathu.