Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 16:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 wehla eJanowa, waya e-Atharoti naseNahara, wafika eJeriko, waphumela eJordani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 bese wehla usuka eJanowa uye e-Atharothi naseNahara, ugudle iJerikho ugcine ngeJordani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wehla usuka eJanoha waya e-Atharoti naseNaharati, wafika eJeriko, waphuma eJordani.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 16:7
6 Referans Kwoze  

Ifa labo nezindawo zabo zokuhlala kwakuyiBethele nemizana yalo, nangasempumalanga iNaharani, nangasentshonalanga iGezeri nemizana yalo, neShekemi nemizana yalo, kwaze kwaba se-Aya nemizana yalo;


UJoshuwa wabafungisa ngaleso sikhathi, wathi: “Makaqalekiswe phambi kukaJehova umuntu osuka akhe lo muzi waseJeriko; uyakubeka isisekelo sawo ngokulahlekelwa yizibulo lakhe, amise amasango awo ngokulahlekelwa ngomncinyane wakhe.”


IJeriko lalivalile amasango alo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli; kwakungaphumi muntu, kungangeni muntu.


ayesema amanzi avela ngenhla, afukuka aba nqwabanye kude kakhulu ngase-Adamu, umuzi oseceleni kweSaretani; lawo ewuka eya ngaseLwandle lwase-Araba, uLwandle Lukasawoti, anqamuka impela; abantu base bewela maqondana neJeriko.


Basuka ezintabeni zase-Abarimi, bamisa emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.


umkhawulo waphuma ngasentshonalanga ngaseMikemetha ngasenyakatho; umkhawulo wawusujika ngasempumalanga, waya eTawanati Shilo, walidlula ngasempumalanga kwaseJanowa;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite