Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 15:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 neGederoti, neBeti Dagoni, neNahama, neMakheda, imizi iyishumi nesithupha nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 iGederothi, iBhethi Dagoni, iNahama, iMakheda; isiyonke imizi ili-16 nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 neGederoti, neBeti Dagoni, neNahama, neMakheda; imizi eyishumi nesithupha nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 15:41
10 Referans Kwoze  

bonke abantu babuyela ekamu* kuJoshuwa eMakheda ngokuthula, akwabakho onyakazisa ulimi lwakhe ngomuntu wabantwana bakwa-Israyeli.


inkosi yaseMakheda: inye; inkosi yaseBethele: inye;


UJoshuwa wathatha iMakheda ngalolo suku, walichitha ngosiko lwenkemba kanye nenkosi yalo, wabaqothula nabo bonke abakulo, akashiyanga noyedwa owasalayo; wenza-ke kuyo inkosi yaseMakheda njengalokho ebenzile kuyo inkosi yaseJeriko.


UJehova wabangquzula ngaphambi kuka-Israyeli, wabaceka ngokuceka okukhulu ngaseGibeyoni, wabaxosha ngendlela ekhuphukela eBeti Horoni, wababulala kwaze kwaba se-Azeka naseMakheda.


neKaboni, neLahimamu, neKitilishi,


ILibina, ne-Etere, ne-Ashani,


wajika ngasempumalanga, waya eBeti Dagoni, wafinyelela kwaZebuloni nasesigodini saseJifitayeli ngasenyakatho ukuya eBeti Emeki naseNeyiyeli, waphumela eKabuli ngakwesokhohlo;


uBali Hanani umGederi wayephethe iminqumo nemikhiwane eyayisehlanzeni; uJowashi wayephethe imigodi yamafutha;


NamaFilisti ayengenele imizi yasehlanzeni neyaseningizimu yakwaJuda, athatha iBeti Shemeshi, ne-Ajaloni, neGederoti, neSoko kanye nemizana yalo, neThimna nemizana yalo, neGimizo nemizana yalo; ahlala khona.


Lapho abangane abathathu bakaJobe sebezwe ngakho konke lokho okubi okumehleleyo, bafika kuye bevela, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe: ngu-Elifazi umThemani, noBilidadi umShuhi, noSofari umNahama; bavumelana ukuba baye bamkhalele, bamduduze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite