Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 13:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Umkhawulo wabantwana bakwaRubeni wawuyiJordani nogu lwalo. Lelo laliyifa labantwana bakwaRubeni ngemindeni yabo, imizi nemizana yabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Umngcele wabakwaRubeni kwakuyiJordani nosebe lwalo. Leli kwakuyifa lozalo lukaRubeni ngokwemindeni yabo, imizi nemizana yabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Umkhawulo wabantwana bakwaRubeni wawuyiJordani nomkhawulo walo. Leli laliyifa labantwana bakwaRubeni ngemindeni yabo, imizi nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 13:23
4 Referans Kwoze  

UBileyamu indodana kaBeyori, umbhuli, naye bambulala abantwana bakwa-Israyeli ngenkemba phakathi kwabanye ababulawa yibo.


UMose wanika isizwe sakwaGadi, abantwana bakwaGadi, ngemindeni yaso.


Laba bayizinhloko zezindlu zawoyise: amadodana kaRubeni izibulo lika-Israyeli: ngoHanoki, noPhalu, noHesironi, noKarmi; yile imindeni kaRubeni.


“Ngasemkhawulweni wakwa-Efrayimi, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uRubeni uyakuba nesabelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite