Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 12:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 inkosi yaseDori egqumeni laseDori: inye; inkosi yaseGoyimi eGiligali: inye;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 inkosi yaseDori egqumeni laseDori: iyodwa; inkosi yaseGoyimi eseGalile: iyodwa;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 inkosi yaseDori ogwini lwaseDori, inye; inkosi yezizwe zaseGiligali, eyodwa;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 12:23
6 Referans Kwoze  

nakuwo amakhosi angasenyakatho ezintabeni, nase-Araba ngaseningizimu kwaseKinereti, nasemathafeni, nasezintabeni zaseDori ngasentshonalanga,


Kepha ukuhwelela akuyikuba khona kohluphekayo. Njengesikhathi esidlule senza ukuba kufiliswe izwe lakwaZebuloni nezwe lakwaNafetali, isikhathi esizayo siyakwenza ukuba ikhazimule indlela yolwandle ngaphesheya kweJordani, isifunda sabezizwe.


Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase wabelwa iBeti Sheyani kanye nemizana yalo, neJibileyamu kanye nemizana yalo, nabakhileyo eDori kanye nemizana yalo, nabakhileyo e-Eni Dori kanye nemizana yalo, nabakhileyo eThahanaki kanye nemizana yalo, nabakhileyo eMegido kanye nemizana yalo eyizimpakama ezintathu.


Abantu benyuka eJordani ngolweshumi lwenyanga yokuqala, bamisa eGiligali emkhawulweni wangasempumalanga kwaseJeriko.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite