Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 12:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 inkosi yase Thahanaki: inye; inkosi yaseMegido: inye;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 inkosi yaseThanakhi: iyodwa; inkosi yaseMegido: iyodwa;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 inkosi yaseTahanagi, eyodwa; inkosi yaseMegido, eyodwa;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 12:21
7 Referans Kwoze  

Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase wabelwa iBeti Sheyani kanye nemizana yalo, neJibileyamu kanye nemizana yalo, nabakhileyo eDori kanye nemizana yalo, nabakhileyo e-Eni Dori kanye nemizana yalo, nabakhileyo eThahanaki kanye nemizana yalo, nabakhileyo eMegido kanye nemizana yalo eyizimpakama ezintathu.


uBahana indodana ka-Ahiludi eThahanaki, naseMegido, nakulo lonke iBeti Sheyani elingaseceleni kweSaretani, ngenzansi kwaseJizreyeli, kusukela eBeti Sheyani kuze kube se-Abela Mehola nangaphesheya kweJokimeyamu,


“Amakhosi afika alwa, alwa amakhosi aseKhanani eThahanaki ngasemanzini aseMegido; awathathanga nzuzo yamali.


inkosi yaseShimroni Meroni: inye; inkosi yase-Akishafu: inye;


inkosi yaseKedeshi: inye; inkosi yaseJokineyamu eKarmeli: inye;


Kuyo inxenye yesizwe sakwaManase: iThahanaki namadlelo alo, neGati Rimoni namadlelo alo, imizi mibili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite