Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 10:42 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Onke lawo makhosi nezwe lawo uJoshuwa wakuthatha ngasikhathi sinye, ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli walwela u-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 UJoshuwa wawanqoba wonke lawo makhosi namazwe awo ngasikhathi sinye, ngokuba uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli wamlwela u-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 UJoshuwa wawathatha wonke la makhosi nezwe lawo kanyekanye, ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wayewalwela u-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 10:42
14 Referans Kwoze  

Aluzange lube khona usuku olunjengalo ngaphambi kwalo noma ngasemva kwalo lokuba uJehova alilalele izwi lomuntu, ngokuba uJehova wamlwela u-Israyeli.


UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela*


Sibuyise, Nkulunkulu, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.


Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami, futhi ubudumile, uthandekile kimi, ngiyakunika abantu esikhundleni sakho, nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.


UJehova ungakimi, angiyikwesaba; umuntu angangenzani na?


UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela*


UNkulunkulu uyisiphephelo sethu namandla ethu; ufunyaniswa elusizo impela ekuhluphekeni.


ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho nguye ohamba nani, anilwele nezitha zenu ukuba anisindise.’


Wawisa amasondo ezinqola ukuba bahambise kalukhuni, baze bathi abaseGibithe: “Masibaleke ebusweni buka-Israyeli, ngokuba uJehova uyabalwela emelene nabaseGibithe.”


UJehova uzakunilwela, nothula nina.


UJoshuwa wabuyela ekamu* laseGiligali, bonke abakwa-Israyeli benaye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite