Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 10:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 kepha ningemi nina; xoshani izitha zenu, nibulale ezingasemuva, ningazivumeli ukuba zingene emizini yazo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uzinikele esandleni senu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 kepha nina ningami lapho; zixosheni izitha zenu, nizihlasele ngasemuva, ningazivumeli ukuba zingene emizini yazo, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wenu uzinikele esandleni senu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Futhi ningahlali, kodwa landelani izitha zenu futhi ninqobe abangasemuva bazo; ningabavumeli ukuba bangene emizini yabo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uwanikele esandleni senu.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 10:19
8 Referans Kwoze  

“Makaqalekiswe owenza umsebenzi kaJehova ngokunganakekeli, aqalekiswe naye ogodla inkemba yakhe egazini.


“Sihlalelani na? Buthanani, singene emizini ebiyelweyo, sibhubhe khona, ngokuba uJehova uNkulunkulu wethu usibhubhisile, wasiphuzisa amanzi enyongo, ngokuba sonile kuJehova.


Wayesethi uDavide ku-Abishayi: “Manje uSheba indodana kaBikri uyakwenza okubi kakhulu kithi kuno-Abisalomu; thatha wena izinceku zenkosi yakho, umxoshe, funa azitholele imizi ebiyelweyo, asiphunyuke.”


Noma engena emzini, wonke u-Israyeli uyakuyisa amagoda kulowo muzi, siwuhudulele emfuleni, kungabe kusafunyanwa khona netshana elilodwa.”


Kwathi lapho uJoshuwa nabantwana bakwa-Israyeli sebeqedile ukubaceka ngokuceka okukhulu kakhulu baze baqedwa, insali yabo nokho isingenile emizini ebiyelweyo,


UJoshuwa wathi: “Gingqelani amatshe amakhulu emlonyeni womhume, nibeke amadoda ngakuwo ukuba awalinde;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite