Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 1:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UJoshuwa wakhuluma kwabakwaRubeni, nabakwaGadi, nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase, wathi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UJoshuwa wayesekhuluma nabakwaRubeni nabakwaGadi nengxenye yesizwana sakwaManase, wathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UJoshuwa wakhuluma kwabakwaRubeni, nabakwaGadi, nenxenye yesizwe sakwaManase, wathi:

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 1:12
5 Referans Kwoze  

wathi kubo: “Nigcinile konke uMose inceku kaJehova aniyala ngakho, nalalela izwi lami kukho konke enganiyala ngakho;


UJoshuwa wababiza abakwaRubeni, nabakwaGadi, nenxenye yesizwe sakwaManase,


Amadodana kaRubeni, nabakwaGadi, nenxenye yesizwe sakwaManase, amadoda anamandla, amadoda aphatha ihawu nenkemba, ansala umnsalo, ayefunde ukulwa, ayeyizinkulungwane ezingamashumi amane nane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha aphuma impi.


Abafowabo, amaqhawe anamandla, babe yizinkulungwane ezimbili namakhulu ayisikhombisa, izinhloko zawoyise, ezenziwa ababonisi phezu kwabakwaRubeni nabakwaGadi nenxenye yesizwe sabakwaManase ezindabeni zonke zikaNkulunkulu nasezindabeni zenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite