Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJona 1:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha amadoda agwedla ukuba abuyele emhlabathini, kepha ahluleka, ngokuba ulwandle lwaqhubeka lwaba nesiphepho kuwo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Amatilosi azama ukugwedlela ogwini lolwandle kepha awaphumelelanga; isiphepho samelana nawo, ulwandle lwadlanga kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kodwa amadoda agwedla ngamandla ukuyibuyisela emhlabathini; kepha behluleka, ngokuba ulwandle lwase luvunguzela, lubavunguzela.

Gade chapit la Kopi




UJona 1:13
4 Referans Kwoze  

Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, nesiluleko, okungamelana noJehova.


Lapho yena ethula, ngubani ongalahla, nalapho ethukusa ubuso bakhe, ngubani ongambona na? Ubusa ngokufananayo, noma kuyisizwe noma kungumuntu,


Wathi kubo: “Ngiphakamiseni, ningiphonse elwandle, bese luthula kini ulwandle, ngokuba ngiyazi ukuthi lesi siphepho esikhulu siphezu kwenu ngenxa yami.”


Ayesekhala kuJehova, athi: “Siyakuncenga: masingabhubhi ngenxa yalo muntu, ungabeki phezu kwethu igazi elingenacala, ngokuba wena Jehova wenzile njengokuhlosa kwakho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite