Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 9:33 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Akukho mnqamulajuqu phakathi kwethu ongabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Akukho mlamuli phakathi kwethu, ongabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili, asilamule.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Futhi akakho phakathi kwethu umuntu wasemini ongabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili.

Gade chapit la Kopi




UJobe 9:33
8 Referans Kwoze  

Uma umuntu ona kumuntu, uNkulunkulu uyakumahlulela, kepha uma umuntu ona kuJehova, uyakulanyulelwa ngubani na?” Kodwa awalalelanga izwi likayise, ngokuba uJehova wayethanda ukuwabulala.


Uma kuyindaba yamandla, nangu onawo; uma yindaba yokwahlulela, ngubani ongimemayo na?


Wathi ubezakubabhubhisa, uma uMose okhethiweyo wakhe ebengemanga ebusweni bakhe ukubakhulumela, ukuze amyekise intukuthelo yakhe, funa ababhubhise.


Ungizungezile ngasemuva nangaphambili, wabeka isandla sakho phezu kwami.


“Wozani-ke, sithethe indaba,” usho uJehova; “noma izono zenu zibomvu kakhulu, ziyakuba mhlophe njengeqhwa; noma zibomvu njengokububende, ziyakuba njengoboya bezimvu.


“Uma kukhona ingelosi kuye, nehumusha noma yiliphi enkulungwaneni lokuba litshele umuntu okumlungeleyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite