Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 8:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ukuqala kwakho sekuyakuba ngokuncane, nokugcina kwakho kube ngokukhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Nakuba ukuqala kwakho kwakungokuncane, nokho ikusasa lakho liyokhula kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Noma ukuqala kwakho bekukuncane, nokho ukuphela kwakho kuyakwanda kakhulu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 8:7
12 Referans Kwoze  

Yizwa isiluleko, wamukele ukulaywa, ukuze uhlakaniphe ekugcineni.


Umkhondo wabalungileyo unjengokukhanya kokusa okuqhubeka ngokukhanya njalo kuze kube semini.


“Ngokuba ngubani oyakudelela usuku lwezinto ezincane, lapho ethokoza lawa mehlo ayisikhombisa kaJehova aqalaza emhlabeni wonke ukubona umthofu wokumisa esandleni sikaZerubabele, na?”


Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, kuvame; kodwa lowo ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.


Kuyakuba lusuku ngokwalo olwaziwa nguJehova, kungabi yimini, kungabi ngubusuku, kepha kube ngukukhanya ngesikhathi sokuhlwa.


wakupha imana* ehlane, oyihlo ababengalazi, ukuba akuthobise, akuvivinye, akwenzele okuhle ngasekugcineni,


Ngokuba uma bebuye bahilelwe, bahlulwe yikho, sebebalekele ukungcola kwezwe ngokuyazi iNkosi noMsindisi uJesu Kristu, khona ukugcina kwabo kubi kunokuqala.


Ake ubuze ezizukulwaneni zakuqala, uzibhekise lokho abakuphenyileyo oyise bazo,


ukuze aphakamise abayizimpofana nabadabukileyo baphakanyiselwe ukusindiswa.


UJehova wambuyisa uJobe ekuhluphekeni, lapho ekhulekela abangane bakhe; wenezela kukho konke uJobe ayenakho ngokukuphinda kabili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite