Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 8:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Bheka, injalo indlela yokuthokoza kwakhe; kuyakuvela abanye othulini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Bheka, lokho kuyindlela yakhe yokuthokoza. Kusazovela omunye othulini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bheka, lokhu kuyinjabulo yendlela yakhe, kuhlume abanye emhlabeni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 8:19
8 Referans Kwoze  

ukuthi ukujabula kwababi kufushane, nokuthokoza kwabangenaNkulunkulu kungokokuphazima kweso nje, na?


Uyavusa odingayo othulini, aphakamise ompofu ezaleni,


Uyamvusa ompofu othulini, uyaphakamisa impabanga ezaleni, abahlalise nezikhulu, badle ifa lesihlalo sobukhosi, ngokuba izinsika zomhlaba zingezikaJehova; ubekile izwe phezu kwazo.


Ningacabangi ukuba ningasho phakathi kwenu ukuthi: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu angamvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.


Yonke imithi yasendle iyakwazi ukuthi mina Jehova ngiwisile umuthi omude, ngiphakamisile umuthi omfushane; ngomisile umuthi oluhlaza, ngihlumisile umuthi owomileyo. “ ‘Mina Jehova ngikukhulumile, ngakwenza.’ ”


kepha uNkulunkulu ungumahluleli; omunye uyamehlisa, omunye amphakamise.


“UNkulunkulu akamlahli opheleleyo, kabambi isandla sababi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite