Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 7:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 ukuze umphefumulo wami ukhethe ukuklinywa nokufa kunalawa mathambo ami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 ukuze umphefumulo wami uqoke ukuklinywa nokufa kunokuba ngibe kulo mzimba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngakho umphefumulo wami ukhetha ukuklinywa nokufa kunokuphila kwami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 7:15
12 Referans Kwoze  

Wayesephonsa izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, waziphanyeka.


Lapho u-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wayibophela imbongolo yakhe, wasuka, waya ekhaya emzini wakhe, wayala ngendlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.


Ngaleyo mihla abantu bayakufuna ukufa, bangaze bakufumana; futhi bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekele.


uyangesabisa ngamaphupho, ungethusa ngemibono,


Ngiyanengwa yiwo; mangingahlali njalo; ngiyeke, ngokuba imihla yami iyize.


Ukufa kuyakukhethwa kunokuphila yinsali yonke esele kulowo mndeni omubi, esele ezindaweni zonke, lapho ngiyixoshele khona, usho uJehova Sebawoti.’


ngalokho, Jehova, ake ususe kimi ukuphila kwami, ngokuba kungcono kimi ukufa kunokuphila.”


abalinda ukufa kungafiki, abakumba kunengcebo;


abathokoza baze bethabe, bajabule, uma belithola ithuna,


Anginasici; anginakekeli umphefumulo wami; anginanzi ukuphila kwami.


Ngase ngizonda ukuphila, ngokuba umsebenzi owenziwa phansi kwelanga mubi kimi, lokhu konke kuyize nokufuna umoya nje.


Kwathi ekuphumeni kwelanga uNkulunkulu walungisela umoya oshisayo wasempumalanga; ilanga lashaya ekhanda likaJona, waba nesiyezi, wazicelela ukuba afe, wathi: “Kungcono kimi ukufa kunokuphila.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite