Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 6:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ukukhuluma okuqotho kunamandla, kepha ukusolwa nokusolwa yinina kusizani na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Ukukhuluma okuqotho kunamandla kangakanani na? Kepha ukusolwa yinina kusiza ngani na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Yeka ukuthi anamandla kangakanani amazwi alungile! kodwa ukhuzani ukuphikisana kwakho?

Gade chapit la Kopi




UJobe 6:25
15 Referans Kwoze  

Izwi elikhulunywayo ngesikhathi esiyiso linjengama-apula* asezitsheni zesiliva.


Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla izithelo zalo.


Bakhona abaphahluka njengokuhlaba kwenkemba, kepha izilimi zabahlakaniphileyo ziyimpiliso.


Ulaka lwakhe lwavuthela nabangane bakhe abathathu, ngokuba noma bengafumananga impendulo, bamlahla nokho uJobe.


“Uma kungenjalo, ngubani ongangenza onamanga, awenze ize amazwi ami, na?”


“Pho, ningiduduzelani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso nje, na?”


Sengathi ningathula nokuthula, lokho kube ngukuhlakanipha kini.


Amazwi akho amisile okhubekayo; usimamisile amadolo athuthumelayo.


“Ngifundiseni, khona ngiyakuthula mina, ningiqondise lapho ngiduke khona.


Nicabanga yini ukusola amazwi, lokhu ukukhuluma kophelelwa ithemba kungumoya nje na?


Bhekani, nina nonke nikubonile; kungani ukuba nizenze ize na?


Umuntu uyathokoza ngokuphendula komlomo wakhe, nezwi ngesikhathi salo lihle kangakanani!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite