Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 6:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Ngifundiseni, khona ngiyakuthula mina, ningiqondise lapho ngiduke khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 “Ngifundiseni, mina ngizothula du, ningichazele ukuthi ngone ngani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngifundiseni, futhi ngizobamba ulimi lwami, futhi ngenze ngiqonde lapho engiduka khona.

Gade chapit la Kopi




UJobe 6:24
17 Referans Kwoze  

Ngokuba sonke siyakhubeka ngokuningi; uma umuntu engakhubeki ngazwi, lowo uyindoda epheleleyo enamandla okubamba nomzimba wonke kungathi ngetomu.


Siphe isihlakaniphi, siyakwanda ngokuhlakanipha; fundisa olungileyo, uyakwenezela emfundweni.


Ngiyakusho kuNkulunkulu ukuthi: ‘Ungangilahli; ngazise ukuthi uphikisanelani nami na?


Ngizakukufundisa, ngikubonise indlela ozakuhamba ngayo; ngizakukululeka ngeso lami.


Ngubani owazi iziphosiso zakhe na? Ngithethelele kwezisithekileyo.


Lokhu engingakuboni, ngifundise khona; uma ngenzile okubi, angisayikukuphinda.’


“Kepha manje, Jobe mawuzwe amazwi ami,


Bheka, lokho sikuphenyile; kunjalo; kuzwe, uzazele khona.”


Njengecici legolide nesivunulo segolide elicwengekileyo, unjalo umsoli ohlakaniphileyo endlebeni elalelayo.


Bhekani, ngilindele amazwi enu, ngabeka indlebe emiqondweni yenu, nisaphenya eniyakukusho.


Niyakwazi lokho, bazalwane bami abathandekayo. Yilowo nalowo muntu makasheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze ukuthukuthela;


noma: ‘Ngikhululeni esandleni sesitha, ningihlenge esandleni sezidlova,’ na?


Ukukhuluma okuqotho kunamandla, kepha ukusolwa nokusolwa yinina kusizani na?


Iziphambeko zami nezono zami zingakanani na? Ngazise izeqo zami nezono zami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite