Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 6:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Zajabha, ngokuba zazibhekile; sezifike khona zadana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Zadumala, ngoba zazinokuzethemba, lapho sezifike khona zadangala,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Baba namahloni, ngokuba babethemba; bafika khona baba namahloni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 6:20
8 Referans Kwoze  

njengalokho kulotshiwe ukuthi: “Bheka, ngibeka eSiyoni itshe lokukhubekisa, nedwala lokuwisa, nokholwa yilo akayikujabha.”


ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.


O, themba lika-Israyeli, Jehova, bonke abakushiyayo bayakujabha; abachezuka kimi bayakulotshwa emhlabathini, ngokuba bamshiyile uJehova, umthombo wamanzi aphilayo.


Yini ukuba ubuhlungu bami bube khona njalonjalo, nesilonda sami singapholiswa, sala ukuphulukiswa, na? Impela uyakuba ngamanzi aphuthayo kimi, amanzi angathembekile, na?


Kepha ningabaqambimanga; niyizinyanga ezingelutho nonke.


“Udedisile kimi abafowethu, nabazana nami sebahlukene impela nami.


Ukwethemba ombuluzayo ngosuku lokuhlupheka kunjengezinyo elaphukileyo nonyawo olwenyeleyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite