Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 6:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ayini amandla ami ukuba ngingaze ngethembe na? Ukuphela kwami kuyini ukuba ngingaze ngibekezele na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ayini amandla ami ukuba ngingawethemba na? Siyini isiphetho sami ukuba ngingasibekezelela na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ayini amandla ami, ukuba ngithembele na? futhi siyini isiphetho sami, ukuze ngelule ukuphila kwami?

Gade chapit la Kopi




UJobe 6:11
15 Referans Kwoze  

Wanciphisa amandla ami endleleni, wafinyeza izinsuku zami.


Bheka, izinsuku zami wazenza zaba ngangobubanzi besandla; imihla yokuphila kwami ayilutho kuwe; impela yilowo nalowo muntu ungumoya nje, noma eqine kangakanani. Sela*


“Umoya wami usuchithekile, imihla yami iyacimeka; okwami sekuyithuna nje.


“Mina-ke, ukukhala kwami kungomuntu na? Ngingekhathazeke na?


noma nginyamalala njengokubolayo, njengengubo edliwe yizinundu.


Uyakwethusa iqabunga eliphephethwayo, uxoshe amabibi awomileyo, na?


Imihla yami ayiyingcosana na? Makapheze, angiyeke ukuba ngithokoze kancane,


Pho, amandla ami angamandla amatshe yini? Inyama yami iyithusi na?


“Usizile kanjani ongenamandla! Usindisile kanjani ingalo engenamandla?


“Jehova, ngazise ukuphela kwami, nesilinganiso sezinsuku zami ukuba siyini; mangazi ukuthi ngingodlulayo.


Uma ngithemba ukuthi indawo yabafileyo iyindlu yami, ngendlalele ukhukho lwami ebumnyameni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite