Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 5:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Uyakuhleka incithakalo nendlala, nezilo zomhlaba awuyikuzesaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Ukubhubha nendlala uyokuhleka usulu, ungazesabi nezilo zomhlaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Uyohleka ukubhujiswa nendlala, futhi ngeke uzesabe izilo zomhlaba.

Gade chapit la Kopi




UJobe 5:22
8 Referans Kwoze  

“ ‘Ngiyakwenza nazo isivumelwano sokuthula, ngiqede izilwane ezimbi ezweni, zihlale zilondekile ehlane, zilale emahlathini.


Akuyikuba khona lapho ingonyama, nesilwane esihahayo asiyikukhuphukela khona; lokho akuyikufunyanwa khona, kepha abakhululiweyo bayakuhamba ngayo.


Uyakunyathela ingonyama nebululu, unyathele phansi ibhongo lengonyama nodrako.*


Ngalolo suku ngiyakubenzela isivumelwano nezilwane zasendle, nezinyoni zezulu nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, ngaphule umnsalo nenkemba nokulwa ukuba kusuke ezweni, ngibalalise belondekile.


Impisi iyakudla ndawonye newundlu, ingonyama idle utshani njengenkomo, uthuli lube ngukudla kwenyoka; aziyikulimaza, zingachithi kuyo yonke intaba yami engcwele,” usho uJehova.


Nanti izwi uJehova alikhulumile ngaye: “ ‘Ikudelele yakuhleka usulu intombi, indodakazi yaseSiyoni; ikunikinele ikhanda indodakazi yaseJerusalema.


aze agcwalise umlomo wakho ngokuhleka, nezindebe zakho ngokumemeza.


nobhadane oluhamba ebumnyameni, nesifo esibhubhisayo emini enkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite