Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 41:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Wenza umgudu ukhazimule emva kwakhe; kungathi utwa lungwevu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Ishiya umgudu ocwebezelayo emva kwayo, utwa kube sengathi lungwevu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Wenza indlela yokukhanya emva kwakhe; umuntu angacabanga ukuthi utwa lumpunga.

Gade chapit la Kopi




UJobe 41:32
12 Referans Kwoze  

Udumo lwabasha lungamandla abo, nesivunulo sabadala singubumpunga.


Ubumpunga bungumqhele wodumo; bufumaniswa endleleni yokulunga.


Amanzi ayacasha kungathi ayitshe; ubuso botwa buhlangene.


“Wake wangena emithonjeni yolwandle, wahamba phansi otweni, na?


Utwa luthi: ‘Akukho kimi;’ ulwandle luthi: ‘Akukho kimi.’


Wathi: “Indodana yami ayiyikwehla nani, ngokuba umfowabo ufile, kusele yona yodwa; uma yehlelwa yingozi endleleni eniyihambayo, niyakwehlisela endaweni yabafileyo izimvi zami ngosizi.”


U-Abrahama wagqibuka wafa, esemdala egugile, esanelisiwe yizinsuku, wabuthelwa kubantu bakhe.


Kepha wena uyakuya koyihlo ngokuthula, umbelwe usumdala.


zibe yizinkanyiso emkhathini wezulu zokukhanyisa emhlabeni,” kwaba njalo.


Umhlaba wawuyihlane elingenalutho; kwakungubumnyama phezu kotwa, kepha uMoya kaNkulunkulu wehla wenyuka phezu kwamanzi.


Wenza inzulu ibile njengekhanzi; wenza ulwandle lufane nomfuma wamafutha.


Emhlabeni akukho okufana naye owenziwa abe ngongesabiyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite