Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 41:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngubani ongandulele ukuba ngimbuyisele na? Konke okuphansi kwezulu kungokwami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngubani ongayisukela, qede aphephe na? Konke okuphansi kwezulu kungokwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngubani ovimbile ukuba ngimbuyisele? konke okuphansi kwezulu lonke kungokwami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 41:11
18 Referans Kwoze  

Noma “ngubani owaqala ukuyipha ukuba kubuyiselwe kuye na?”


Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo, izwe nabakhileyo kulo.


Uma ulungile, umnikani yena, noma umukelani esandleni sakho na?


Uma bengilambile, bengingekutshele wena, ngokuba ungowami umhlaba wonke nokugcwala kwawo.


“Bheka, izulu nezulu lamazulu lingelikaJehova uNkulunkulu wakho, nomhlaba nakho konke okukuwo.


Kalokhu uma nilalela nokulalela izwi lami, nigcine isivumelwano sami, niyakuba yigugu kimi kunazo zonke izizwe, ngokuba umhlaba wonke ungowami,


ngokuba umhlaba ungoweNkosi, nakho konke okukuwo.


Kepha uma umuntu ethi kini: “Lokhu kuhlatshelwe izithombe,” ningakudli ngenxa yalowo okushiloyo nangenxa kanembeza,


Izulu liyizulu likaJehova, kepha umhlaba wawunika abantwana babantu.


Ngokuba wayihlangabeza ngezibusiso zokuhle; wafaka umqhele wegolide elihle ekhanda layo.


Bhekani, umphongolo wesivumelwano seNkosi yomhlaba wonke uwela iJordani phambi kwenu.


yena ogudluza izintaba ngokungazeleli, ezigumbuqela ngentukuthelo yakhe;


Indawo yabafileyo ize phambi kwakhe, nendawo yokubhubha ayinasisibekelo.


Ngokuba uyabeka imikhawulo yomhlaba, abone konke okuphansi kwezulu.


Uyakuphindisela njengokuthanda kwakho, lokhu ukwenqaba, na? Ngokuba nguwe ozakukhetha, akusimina; khuluma okwaziyo.


“Angiyikuthula ngezitho zakhe, nangendaba yamandla akhe, nangesimo sakhe esihle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite