Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 41:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Ungakhipha uLeviyathani* ngodobo, ucindezele phansi ulimi lwakhe ngentambo, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 “Ungayidoba yini inkanyamba ngodobo, noma ubophe ulimi lwayo ngentambo na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ungamkhipha uLeviyathani ngehhuku na? noma ulimi lwakhe wehlise ngentambo?

Gade chapit la Kopi




UJobe 41:1
6 Referans Kwoze  

Ngalolo suku uJehova uyakuhambela ngenkemba yakhe elukhuni enkulu nenamandla uLeviyathani,* inyoka esheshayo, uLeviyathani, inyoka ethandelayo, abulale udrako* oselwandle.


Kuhamba khona imikhumbi, uLeviyathani* lowo omenzile ukuba adlale kulo.


Nguwena owaphohloza amakhanda kaLeviyathani,* wamnika abe ngukudla kwezidalwa zasehlane.


Mababuqalekise abathuka amalanga, abalungele ukuvusa uLeviyathani.


Angabanjwa ebhekile, liqhunjuzelwe ikhala lakhe umkhala, na?


nezilwane zonke eziphilayo ezinani, izinyoni, nezinkomo, nezilo zomhlaba ezinani, zonke eziphume emkhunjini, yebo, zonke izilwane zasemhlabeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite