Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 40:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngikhulumile kanye, angisayikuphendula, yebo, kabili, kepha angiqhubeki.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngikhulumile kanye, angisayukuphendula, yebo, kabili, kepha angisaqhubeki.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngake ngakhuluma; kodwa kangiyikuphendula: yebo, kabili; kodwa angiyikuqhubeka.

Gade chapit la Kopi




UJobe 40:5
8 Referans Kwoze  

UNkulunkulu ukhulumile kanye, ngikuzwe kabili ukuthi amandla angakaNkulunkulu.


Ngokuba uNkulunkulu ukhuluma kanye, yebo, nakabili, umuntu engakunaki.


Kepha siyazi ukuthi lokhu okushoyo umthetho ukukhuluma kubo abasemthethweni ukuba yonke imilomo ivinjwe, izwe lonke libe necala kuNkulunkulu,


Noma bengilungile, bengingenakumphendula, kepha nginxuse umahluleli wami.


Uma efuna ukuthetha amacala naye, angemphendule nakwelilodwa kwayinkulungwane.


Inkosi yakwa-Israyeli yayisithuma umuntu kaNkulunkulu kuleyo ndawo ayishoyo, wayixwayisa ngayo, yaqaphela kungekanye, kungekabili kuphela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite