Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 40:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ungowokuqala wezidalwa zikaNkulunkulu; ekwenziweni waphiwa inkemba yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Ungowokuqala wemisebenzi kaNkulunkulu, nguMenzi wakho kuphela ongasondela kukho ngenkemba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Iyinhloko yezindlela zikaNkulunkulu: Lowo owamenzayo angasondeza inkemba yakhe kuyo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 40:19
7 Referans Kwoze  

Ngalolo suku uJehova uyakuhambela ngenkemba yakhe elukhuni enkulu nenamandla uLeviyathani,* inyoka esheshayo, uLeviyathani, inyoka ethandelayo, abulale udrako* oselwandle.


Jehova, yeka ubuningi bemisebenzi yakho; yonke uyenzile ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele izidalwa zakho.


Uma umuntu engaphenduki, uyakulola inkemba yakhe, ansale umnsalo wakhe, awulungisele,


Emhlabeni akukho okufana naye owenziwa abe ngongesabiyo.


Ngokuphefumula kwakhe izulu liyakhazimula; isandla sakhe sigwazile inyoka esheshayo.


“Ake ubheke uBehemoti* engamenza kanye nawe; uyadla utshani njengenkabi.


Amathambo akhe anjengemibhobo yethusi; izimbambo zakhe zinjengemigoqo yensimbi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite