Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 4:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kwadlula umoya ebusweni bami; uboya bomzimba wami bavuka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Kwedlula umoya ebusweni bami, waqubula uhlevane esikhumbeni sami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwase kudlula umoya phambi kobuso bami; izinwele zenyama yami zasukuma;

Gade chapit la Kopi




UJobe 4:15
11 Referans Kwoze  

Ngezingelosi uthi: “Owenza izingelosi zakhe zibe yimimoya, izikhonzi zakhe zibe ngamalangabi omlilo.”


owenza izingelosi zibe yimimoya, izikhonzi zakhe zibe yilangabi lomlilo.


Kwase kuguquka ukucwebezela kwayo, nemicabango yayo yayesabisa, zaxhega izinyonga zokhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.


Bayashaqeka, babanjwa yiminjunju nobuhlungu, bazibinya njengababelethayo. Babhekana omunye nomunye bemangala. Ubuso babo bungubuso bamalangabi.


Azisibo yini zonke omoya bokukhonza abathunyelwe ukukhonza ngenxa yabayakudla ifa lokusindiswa na?


Kepha abafundi sebembonile ehamba phezu kolwandle bashaywa luvalo, bethi yisithunzi; bakhala ngokwesaba.


ngafikelwa yingebhe nokuthuthumela okwaqhaqhazelisa onke amathambo ami.


Kwema okuthile, kepha angaqonda ukubonakala kwakho; isimo sasiphambi kwamehlo ami; kwathula; ngase ngizwa izwi, lathi:


Wathi kimi: “Daniyeli, wena muntu othandekayo, qonda amazwi engiwakhuluma kuwe, ume nokuma, ngokuba ngithunywe kuwe;” lapho esekhulumile leli zwi kimi, ngema ngithuthumela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite